uMathithibala tree
uMathithibala
uyasebenza ezintelezini, uyasebenza ecaleni uma unecala wenza kuthi icala lingaphumeleli,
uyasebenza emithini yesitha Kunjalo njer angeke ngize ngiqede incazelo zawo lomuthi ngoba uyajikwa jikwa ngokuthakwa
kwawo unamandla futhi. Mathithibala Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Uyangena emthini yecala, uyangena emithini yokubamba umuntu wakho.
Idliso eliphephile elinamandla
Idliso elingenabungozi sizolenza namhlanje ngomathithibala.
Hlanganisa lemithi: umsenge umuthi, Isigoba or isigobo or izaza, Delunina umuthi ,Zililo umuthi, Mathithibala umuthi ,uJikanelanga umuthi, uBhekamina umuthi , Unginakile umuthi,
Inhliziyo yemfene egayiwe, Inhliziyo yejuba egayiwe, Maliliso umuthi, Ncamashela umuthi, Gobandlovu umuthi
Igazi lakho lasovalweni, Phala inkwethu yasolimini lakho ekuseni ungakakhulumisi muntu uyifake . Hlanganisa lokhu umdlise.
ukudlisa indoda ngomathithibala
ukudlisa intombi or indoda izwe wena kuphela, kulula udinga lemithi le: Isigoba
Omabopha bonke, Mathithibala , Dangabane lomfula .
Intelezi yokushaya umthakathi
Bamba umthakathi , Shaya umthakathi nansi intelezi yokuchela egcekeni: Isibhaha umuthi, Mayime umuthi, Mthathe umuthi, udakwa umuthi, Umaysaka obovu umuthi, Mathithibala umuthi, Indlabaloyi umuthi.
Lomuthi uyicwadi ezichazayo, chela ngawo ekhaya uzozibona ukuqeda umuntu ozoganga ebusuku nilele.
Umthakathi uyadideka la adlulele kamakhelwane
induku yokudida umthakathi adlule ngendlela ayoganga kamakhelwane
nansi: Nkungwini umuthi, Dlula umuthi, Nyengelezi oil umuthi,
Nyathelo umuthi, Mathithibala wonke umuthi,Khathazo umuthi
induku yokubamba umthakathi
umuthi wokubamba umthakathi egcekeni awumbambe bese uxoxa naye ukuthi yini lena ayenzayo
uzomthola ethithiza egcekeni ekuseni kusa esehlanya engazi lidumephi:
ugibeleweni umuthi, udakwa umuthi, umababaza umuthi, umkhuhlu umuthi, umayime umuthi,
umaphipha intelezi, ubulibanzi umuthi, ilabatheka umuthi, intangazibovana umuthi,
icenyana umuthi, ibhandelemfene umuthi, umalala umuthi, umathithibala umuthi, impindamshaye umuthi,
Isibaha amazwi ahlabayo umuthi, umgadankawu umuthi. Qimba ngenhla uchele egcekeni uma selithambeme ilanga
, ukhulumise umuthi wakho yokubamba umthakathi. Awukho omunye umuthi wokubamba umthakathi odlula lona.
ukuphupha uMathithibala umuthi
Amaphupho ngomuthi uMathithibala,
kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi uMathithibala?
ukuphupha umuthi uMathithibala ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi,
nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Umthathithibala video
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.